Bakwethu ake ngichaze lodaba uma kuthiwa umuntu ungenwe umoya kuhlukene UMuntu uyangenwa umoya omubi ongesilo idlozi. Umoya ongcolile umoya othunyelwe abathakathi bazoganga ngalowo muntu - umoya ofana nezizwe , umoya ofana nokuvuselwa umuntu osashona kuthiwa kahlale kuwe , nezilwane nokunye okuningi lena imimoya emibi futhi engezile kahle eze ngobubi Kube khona umoya wedlozi noma wabantu abadala, nakubantu abadala kukhona idlozi elihle nedlozi elibi. Idlozi elibi ngichaze - idlozi la uthola khona ukuthi abantu bafa ngezingozi bangangezwa umkhokha ungavalwa , bangenzelwa misebenzi labantu bayaduba bese befulathela iboke laba abaphenduka babe idlozi elibi. Uma likungenile likwenzisa izinto ezimbi futhi, kodwa okwaledlozi elibi kuyalashwa. Idlozi elibi liyagezwa bese nalo liza kahle bese nalo lisebenzele ikhaya kahle. Ngikhulume ngedlozi elihle, leli idlozi noma umoya wedlozi omuhle owenza okuhle uniphe inhlanhla ,univikele unenzele okuhle. Uma ungenwe ilomoya uyelapha ...
Lucky Club | Live Casino Site
ReplyDeleteLucky Club offers the best in live casino gaming on the internet, including real money online luckyclub.live casinos, bingo and live dealer games. Learn more! Rating: 3.8 · 3,221 votes
When. You phahla, does alcohol form part of the kit?
ReplyDelete