Ukuphahla



Thokozani👏 bogogo nabo mkhulu


#Yini_Ukuphahla?
- yilapho osuke uzama khona ukuxhumana 💫 nedlozi noma nethonga ngokukamoya ( spiritually ) ✨

#Siphahlelani_(why)
- umangabe siphahla👏 njengoba ngishilo sisuke sixhumana nabangasekho but the purpose of ukuphahla ukubika okuthile💫, ukucela okuthile edlozini.. Nokunye

Siyazi ukuth singabantu👫 siphila enyameni but sembathwe abadala🐍🐆... Kunezidingo esinazo abangaziqondi bona yingakho kwamele bese syaguqa siphahle👏 ukuze sivumeleke✔

#Kuphahlwa_nini(when to phahla)
- Ngikholelwa ekutheni phahla ngaleso skhathi🕛 osuke uzizwa udinga ngaso😀 phahla mangabe ufuna izimpendulo, idlozi🐆 alilali😴...
Kuyaye kuthiwe iskhath esihle kusekuseni 🕟 lingakaphumi ilanga, noma ntambama..😊

#Kuphahlwa_ngani(what to use)
- izidingo zamadlozi azifani😀 but impepho, izibani 🕯 , snuff ... akuvamile ukusala mangabe siphahla... Amajuba ( chickens) 🐓 syaphahla ngazo💢..

-Umangabe ungumuntu wedlozi🐆 ukuphahla👏 kuba yimpilo yakho..

Connect nabantu bakho💫
Pray🙏

Budede ubumnyama🌚























<script data-ad-client="ca-pub-4106227088418474" async src="https://pagead2.googlesyndication.com/pagead/js/adsbygoogle.js"></script>
Love, Light & Blessings!!

Comments

Popular posts from this blog

Ukuhluka Kwamabhayi / Differentiating Amabhayi

IMIMOYA

Ubulawu and its uses