Posts

Showing posts from December, 2013

Ukuhluka Kwamabhayi / Differentiating Amabhayi

Traditional Healers/Izangoma are known to wear or drape themselves with different coloured amabhayi. What most people don’t know is that isangoma doesn’t just choose which ibhayi/amabhayi he or she will use and wear as this is determined and defined by the spirits that possess them. Abelaphi bendabuko banezingubo abazigqokayo uma beqhuba umsebenzi wabo wokwelapho. Lezingubo noma izimpahla ziyakwazi ukuthi zibaveze njengabantu abenza lomsebenzi ngoba azigqokwa yinoma ngubani. Lapha sizobheka ukuhlukana kwazo lezingubo ngemibala nokuthi zichazani. Abelaphi bendabuko bahlanganisa izangoma, izinyanga nabathandazi. Kukhona labo abaneziphiwo eziningi umuntu eyedwa njengokuthi omunye abe yisangoba aphinde abe ngumthandazi. Ngokuhlukana nangokusebenza kwabo kunezimpahla zokugqoka abazisebenzisayo.   Uma umuntu egqoka ibhayi elibomvu elinamahawu (red with shields) it is believed that usuke engenwe amakhehla (unendiki). Idlozi lakhe kusuke kungoyise mkhulu. Ibhayi elikuhlaza okwesibhak